Sytroo - Intandane(prod.Mesaya)

Song Rating: 7.50/10

Song lyrics:

(Hook1)
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ubhlungu bsazodlula]]
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ubhlungu bsazodlula]]
Angibelethanga, angncelanga zonke lezinto ziyangkhuba
Yazukuba… kulomhlaba angzile ngabakekho obezothi angzile
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Lobu bhlungu bsazodlula]]

(Verse1 sytroo)
Wangshiya ngsena… 7 imnyaka
Umsindo kkhalwa ngaphaphama ngabuka
I uncle ibambikhanda omakhelwane bemthulisa bemncenga
E side(ini) umamulele ibhokisi lzofika
Angkhali, yonke lento angiyazi phela phika
Kwa hayizwa ngizwa kwi bhokisi bemfaka
Isxuku sikhala I bhokisi belkaka
Maybe kwakwihlobo eish omakhelwane babe gcwele usizi
Ithoyizi ebelisesandleni ngalibeka
7 days pa**ed umama bamncwaba ngina 7
Nami ngkhula benginokuthi umama uzobuya
Aqhubeke anggeze ngyeskoleni nami njengaba ngani bami
Angiwashele angphekele phela ngsemncane
Ngyaydinga izandla zomzali wami nami njenga banye
Ne tyma selabhoda engozini yemoto
Ithombe zabazali bami angnazo ngbakhumbule
Mama ngcela wenzubuye

(Hook2)
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ubhlungu bsazodlula]]
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ubhlungu bsazodlula]]


Angibelethanga, angncelanga zonke lezinto ziyangkhuba
Yazukuba… kulomhlaba angzile ngabakekho obezothi angzile
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Lobu bhlungu bsazodlula]]

(Verse2 Sytroo)
Ngkhule ngobisi lwenkomo kulomhlaba
Umama wangshiya ngalenkathi engzala
Mina ngnecala ngyasaba ngabulala umama
Ngintandane now, ngxovu cement
Angiba blame nakancane abazi hengayo
Nami ngajika sengibamba intambo ngabekezela
Wawungeke ungabi ne H, I, V lo mhlaba ngobuyahlaba
Imthentingcwele masamba kmele sgqokimbadada
Why mama ungshiye buya shlale sobabili
Ngfuna ungshaye mengenzinto e wrong
Ungthengele impahla zokugqoka buya
Ngfuna ukukbona mzali wami buya
Khona ungsupport kwelamikhono
Ngifunde ngize ngikhokhobe ngikuphe I mali u smile
Ungqambigama leli engili qanjwe o nurse angilthandi
Ungfundisimbeko ungshushuzele manglila
Kade ngangibeka imbali ethuneni lakho nglokh ngithi uzobuya
Isqamelo sami I bible lami ligcwele inyembezi zenkumbulo

(Hook3)
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ubhlungu bsazodlula]]
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Bambelela mpintshi yami ubhlungu bsazodlula]]
Angibelethanga, angncelanga zonke lezinto ziyangkhuba
Yazukuba… kulomhlaba angzile ngabakekho obezothi angzile
Buka mngani… mina angnaye umama ngenze njan?
[[Lobu bhlungu bsazodlula]]… X3…

Date of text publication: 16.01.2021 at 05:04